Комментарии:
KING ZOSO UNGAZIHLUPHI NGALOMUNTU UZOPHUPHA NJENGAYE YENZA UMSEBENZI WAKHO MFANA LOMUNTU AKAZAZI UNĢUHLAZIYI UNGULANDELI AKAZAZI NAYE NGOKWAKHE HLUKANANI NENGANE
ОтветитьZoso yeka lenja ubulawa umona nje lomfana ufuna ukulawula yonkinto akafuseg phusha impilo yakho mfana vele izinto zikuhambela kahle manje lento ibulawa umona
ОтветитьLomfana unesdina yazi nobuso obudala kunaye unesdina isqiniseko mina mhla.sahlangana nje ngiphethe ilahle.lami ngyomshaya idolo.ethi ukwenza ama vidoe ehleli estulweni sobukhosi
ОтветитьZoso yenza okukusebenzelayo Masikandi iGolo uyothukwa ngelinye ilanga asisile thina
ОтветитьUphuma endleleni bengithi awenzeleli Zoso kodwa cha uyabonakala manje
ОтветитьWena usislima
ОтветитьUyaqina wena dixxa uphaphel izoso tseg nesdina
ОтветитьUSqiniseko ufuna engaty wonke muntu engaphila ngendlela yena afuna ngayo
ОтветитьLenja engusiqiniseko icabanga ukuthi iyini nje
ОтветитьBaze befana bo.
ОтветитьUnomona usqiniseko ubone uzoso ngathi uyakha wavuka umona 🤣🤣
ОтветитьKhuzwayo uKhuzani weZoso
ОтветитьSqiniseko yeka uzoso kanti wena wenzani empilweni yeka uzoso aphile impilo yakhe uyishlama vele
Ответить😂😂😂😂 uZoso vele usenenkinga manje
ОтветитьSekusele usqiniseko ke manje...
ОтветитьUp mvelasi
ОтветитьSqiniseko unomona ngempumelelo kaZoso.
Ответить😂😂😂lephara selibulawa umona
ОтветитьSiqiniseko wakhona ungafuni udumo NGO zoso Wena uyezani ayifuni wena leyo yeza okwakho wayisicefe boo
ОтветитьUnamanga umuvhango ukhona usadlala awuyeke uzoso wena
Ответитьleliphara uSqiniseko ufuna ukulawula
Ответить😂😂inkinga lomuvelase ufuna kukhulume yena yedwa😂😂akakyniki ithuba
ОтветитьSqiniseko Mvelase lomfana mtshele ayeke lezi keshi zakhe, leyanto nje eqoshwa lapha evinjwa yileyandod ekuthiwa yi owner lent ibonwa ngisho yingane kut sketch leyanto
ОтветитьUngakababoni abalandeli badunu-dunu ukuthi bayahlanya banomona ngeke baphinde babone nihlushwe yin ngoba noma enzani uzoso akaceli lutho kunina
ОтветитьDankie sqiniseko
ОтветитьMxm zange wathetha into ebhadlileyo lo siqiniseko ndimonyanya kabi xeim
Ответить😂😂😂😂😂bayoze belibone lelophara lakwaMvelase😂😂😂😂wazi too much 😂😂😂😂
ОтветитьUMONA IFA LEZINJA,NGISHO KUWENA S'QINISEKO,KUYAVELA NGALA NKAB'YAM,YEKA UMFANA ASEBENZE UMSEBENZ WAKHO,WENA NJE MU SUPPORTER BHUTI
ОтветитьInkinga mthandeni wathi zoso akangabhali ngaye manje bathi thanda khuzani ngoba sekhuluma kanje sqiniseko
ОтветитьCha usebenza ngokukhandla bo uSqiniseko egameni lkaMthandeni cha sekumele akhushulelwe imali manje
ОтветитьUyadakwa loSiqiniseko ubona ingane seyakha umuzi wayo 😂😂
ОтветитьAnihlukqne nengane kamamezala bakithi .ingane uzoso
ОтветитьUqinisile weSqiniseko uzoso usewu mndlali wezi keshi
ОтветитьUyibeke uyacaca king zoso usiqiniseko makangakujikelezi makathethe straight lento afuna uyithetha
ОтветитьEy umona ifa leziwula😂😂
ОтветитьUnomona Sqiniseko mfana wehlule, uyekeni utiktok uyanehlula majongo
ОтветитьUZoso ubhizi kakhulu bakithi,hlalani kuTikTok nihheme khona
ОтветитьWena mfoka Mvelase yin akabhizi ngayo empilwen yakhe. Emusaphambili empilweni
ОтветитьWeSqiniseko,uth uMthandeni ubatshiwe,uth woza ezokphinda
ОтветитьKanti lo sciniseko inkinga yakhe yini,umona futhi ungenaphi ezintweni zika zoso
ОтветитьInkinga ilapho kulenhlabathi😂😂😂😂😂
ОтветитьWena sqiniseko ungenaphi emsebenzini ka King Zoso
ОтветитьSqiniseko yeka umona wokuthi u Zoso uyaphumelela wena wazimoshela mhlauthathai side likaMthandeni
ОтветитьNingamu blamer u Sqiniseko but uqinisile I Sketch sizohamba siphele kanti u Maskandi uyohlez ukhona... this Is a business advise
ОтветитьUyagigiyela lomfazi usesithenjini uku Mthandeni no Khuzani phela uma kungathiwa abasekho oMthandeni no Khuzani engafa indlala
ОтветитьUmona ifa lezinja
ОтветитьWazilaya umfana wenza into ehlula amadoda amadala.Lokhu kwaka Mvelase kufunukulawula uonke indawo nokukhuluma sengathi kuthungwe umlomo Nxaaaaaa
ОтветитьUmona qala kanjalo
ОтветитьUmona ku Sqiniseko uZoso ngoba esezakhela ekhaya usenyele izihlahla ayi suka fusekani manje
ОтветитьKanti ufuna kuthini wena yekela ukudidiyela unekwari nomunye umuntu usho uMthandeni
Ответить